UEksodusi 3:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UMose wayalusa izimvu zikaJetiro umukhwe wakhe, umpristi wakwaMidiyani; waziqhuba izimvu, waya ngaphambili kwehlane, waze wafika entabeni kaNkulunkulu iHorebe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 UMose wayelusa umhlambi womukhwe wakhe uJethro, umphristi wakwaMidiyani. Wawuqhuba wedlula ehlane, waze wayofika eHorebhe entabeni kaNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 UMose wayeselusa umhlambi kaJetiro umukhwe wakhe, umpristi wakwaMidiyani; wahola umhlambi emva kwehlane, wafika entabeni kaNkulunkulu kuze kufike eHorebe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |