Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 28:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 kube yisikhencezo segolide nepomegranati,* isikhencezo segolide nepomegranati njalo emiphethweni yejazi nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 kube yisikhencezo segolide nehananadi kuzungeze umphetho wengubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Insimbi yegolide nejazi lesiliva, insimbi yegolide nejazi legolide emiphethweni yejazi nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 28:34
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sibusisiwe isizwe esikwazi ukuhlabelela ngenjabulo; siyahamba, Jehova, ekukhanyeni kobuso bakho.


Emiphethweni yalo wowenza amapomegranati* ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, azungeze imiphetho yalo, kanye nezikhencezo zegolide phakathi kwawo nxazonke,


U-Aroni makalembathe eyokhonza; ukukhenceza kwalo kuyakuzwakala, nxa engena endaweni engcwele phambi kukaJehova, nanxa ephuma, ukuze angafi.


Walenza ijazi lengubo yamahlombe ngokwalukiweyo, ngokuluhlaza lonke.


isikhencezo nepomegranati, isikhencezo nepomegranati emiphethweni yejazi nxazonke, ukuba kukhonzwe ngalo, njengalokho uJehova emyalile uMose.


Njengomapula* phakathi kwemithi yasehlathini, unjalo othandiweyo wami phakathi kwamadodana. Ngahlala phansi emthunzini wakhe ngokwenama okukhulu, nesithelo sakhe sasimnandi emlonyeni wami.


Amahlumela akho ayihlathi lamapomegranati* anezithelo ezinqabileyo, ihena* kanye nenadi,*


Izindebe zakho zinjengomucu obomvu, umlomo wakho muhle; izihlathi zakho zinjengenxenye yepomegranati* emva kwemvakazi yakho.


Ngehlela ensimini yamantongomane ukuyobona uhlaza lwesigodi, nokubona uma imivini iqhakazile, namapomegranati* uma ekhahlele.


Izihlathi zakho zinjengenxenye yepomegranati* emva kwemvakazi yakho.


Bengiyakukuhola, ngikuyise endlini kamame; ubuyakungifundisa; bengiyakukuphuzisa iwayini eliyolisiweyo, amanzi ompomegranati* wami.


Aningikhethanga nina, kodwa mina nginikhethile nina, nganibeka ukuba niphume, nithele izithelo, nezithelo zenu zihlale ukuba noma yini eniyakukucela kuBaba egameni lami aninike khona.


nihambe ngokufanele iNkosi, niyithokozise ngakho konke, nithela izithelo emisebenzini yonke elungileyo, nikhula ekumazini uNkulunkulu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ