Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wolibeka ngaphansi, phansi kosiko oluzungeza i-altare, ukuba inetha lifinyelele ngaphakathi kwe-altare ukuya phezulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Uyolibeka ngaphansi konqenqema oluzungeze i-althare, ukuba inetha leluleke lifinyelele ngaphakathi kwe-althare ukuya phezulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wolibeka ngaphansi komkhawulo we-altare phansi, ukuze inetha libe phakathi kwe-altare.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:5
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ulenzele ihele lethusi elenziwe njengenetha, wenze amasongo amane ethusi enetheni ngasemagumbini alo omane.


Uyakwenza izinti ze-altare, izinti zomuthi womtholo, uzinameke ngethusi.


Walenzela i-altare ihele lethusi elenziwe njengenetha phansi kosiko oluzungeza i-altare ukuba lifinyelele ngaphakathi kwe-altare ukuya phezulu.


kusukela esinqeni emhlabathini kuze kube sonqenqemeni oluphansi kwakuyizingalo ezimbili, ububanzi buyingalo; kusukela onqenqemeni oluncane kuze kube sonqenqemeni olukhulu kwakuyizingalo ezine, ububanzi buyingalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ