Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Izinsika zonke zegceke zonamekwa ngesiliva, izingwegwe zazo zibe yisiliva, izinyawo zazo zibe yithusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Zonke izinsika ezizungeze igceke ziyakucakwa ngesiliva, izinkintsho zazo zibe ngezesiliva, izisekelo zibe ngezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Zonke izinsika zegceke nxazonke kumelwe zigcwaliswe ngesiliva; izikhonkwane zazo zibe ngezesiliva, nezinyawo zazo zibe ngezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:17
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Koba khona iveli lesango legceke, libe yizingalo ezingamashumi amabili, ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, umsebenzi womfekethisi, izinsika zabo zibe zine, nezinyawo zazo zibe zine.


Ubude begceke boba yizingalo eziyikhulu, ububanzi bube ngezamashumi ayisihlanu njalo, ukuphakama kube yizingalo eziyisihlanu, bube yilineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, izinyawo zibe yithusi.


Ngamashekeli* ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nanhlanu wenza izingwegwe zezinsika, wanameka izihloko zazo, wazenzela izibopho.


Wenza ngalo izinyawo zomnyango wetende lokuhlangana, ne-altare lethusi, nehele lalo lethusi, nezinto zonke ze-altare,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ