Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Ohlangothini olungasentshonalanga ebubanzini begceke makube khona izilenge, ububanzi bazo bube yizingalo ezingamashumi ayisihlanu, izinsika zazo zibe yishumi, nezinyawo zazo zibe yishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 “Ohlangothini olungasentshonalanga lobubanzi begceke makube khona amakhethini ububanzi bawo bube ngamakhubhithi angama-50, abe nezinsika ezilishumi, nezisekelo ezilishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ebubanzini begceke ohlangothini olusentshonalanga makube khona izilenge eziyizingalo ezingamashumi amahlanu, izinsika zazo zibe yishumi nezinyawo zazo zibe yishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:12
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenze izinyawo ezingamashumi amane esiliva phansi kwamapulangwe angamashumi amabili, izinyawo ezimbili phansi kwepulangwe linye, zibe ngezemisuka yalo yomibili, nezinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe, zibe ngezemisuka yalo yomibili,


Nasohlangothini olungasenyakatho ebudeni makube khona izilenge, ubude bazo bube yizingalo eziyikhulu, nezinsika zazo zibe ngamashumi amabili, nezinyawo zazo zibe ngamashumi amabili zethusi; izingwegwe zezinsika nezibopho zazo zibe yisiliva.


Ububanzi begceke ngasempumalanga ohlangothini olungasempumalanga bube yizingalo ezingamashumi ayisihlanu.


nezilenge zegceke, neveli lomnyango wegceke elingasetabernakele* nangase-altare nxazonke, nezintambo zalo, nayo yonke inkonzo yalokho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ