Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wozenza izihibe ngokuluhlaza eceleni lesinye isilenge emphethweni wasekuhlanganeni, wenze njalo eceleni lesilenge sokugcina ekuhlanganeni kwesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Uyokwenza izihibe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka emphethweni wekhethini lokuqala, kanjalo nasemphethweni wekhethini lesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kumelwe wenze amabhande aluhlaza emphethweni wendwangu yetende eyodwa emphethweni ekuhlanganeni; kanjalo ekugcineni wenze enye indwangu yetende ekuhlanganeni kwesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:4
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izilenge eziyisihlanu ziyakuhlanganiswa esinye nesinye, nezinye izilenge eziyisihlanu zihlanganiswe esinye nesinye.


Uyakwenza izihibe ezingamashumi ayisihlanu kwesinye isilenge, wenze futhi izihibe ezingamashumi ayisihlanu eceleni lesilenge esisekuhlanganeni kwesibili, ukuze izihibe zibhekane.


Wazenza izihibe ezingamashumi ayisihlanu eceleni lesilenge sokugcina ekuhlanganeni, wazenza izihibe ezingamashumi ayisihlanu eceleni lesilenge ekuhlanganeni kwesibili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ