Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 ulilengise ezinsikeni ezine zomtholo ezinamekwe ngegolide, izingwegwe zazo zibe yigolide, zime ezinyaweni ezine zesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Uyosilengisa ezinsikeni ezine zokhuni lomkhambathi ezicakwe ngegolide, ezinezinkintsho zegolide, futhi zimi ezisekelweni ezine.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kumelwe ulilengise ezinsikeni ezine zokhuni lomtholo ezihuqwe ngegolide; izisekelo zazo zibe ngegolide, ezisekelweni ezine zesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:32
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwakukhona izilenge ezimhlophe neziluhlaza, ziboshelwe ngezintambo zelineni elicolekileyo nezibubende emasongweni esiliva nasezinsikeni zamatshe amhlophe; imibhede yayiyigolide nesiliva phezu kwendawo egandaywe ngamatshe abomvu, nangamaparele,* nangamatshe amnyama.


nezikhumba ezibomvu zezinqama, nezikhumba zamatahasi,* nemithi yomtholo,


“Uyakwenza isihenqo ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, libe namakherubi,* kube ngumsebenzi wengcweti,


Uyakuphanyeka isihenqo phansi kwezinkibaniso, uwungenise umphongolo wobufakazi khona phakathi kwesihenqo, isihenqo sinahlukanisele indawo engcwele nendawo engcwelengcwele.


Ulenzele iveli izinsika eziyisihlanu zomtholo, uzinameke ngegolide; izingwegwe zazo mazibe yigolide, uzikhandele izinyawo eziyisihlanu zethusi.


nezinsika zalo eziyisihlanu nezingwegwe zazo; wanameka izihloko zazo nezibopho zazo ngegolide; izinyawo zazo eziyisihlanu zaziyithusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ