Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Wonameka amapulangwe ngegolide, uwenze amasongo awo ngegolide, abe yizindawo zemishayo, unameke nemishayo ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

29 Uyowacaka amapulangwe ngegolide, wenze amasongo awo ngegolide, ukuze abambe imishayo, okufanele ukuba nayo icakwe ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Kumelwe umboze izinsika ngegolide futhi wenze amasongo azo ngegolide abe yizindawo zemishayo evundlile; uyakunameka imishayo ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:29
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Phambi kwegumbi kwakuyizingalo ezingamashumi amabili ubude, nezingalo ezingamashumi amabili ngobubanzi, nezingalo ezingamashumi amabili ngokuphakama; wakunameka ngegolide elicwengekileyo, walembesa i-altare imisedari.*


Wanameka-ke yonke indlu ngegolide, yaze yaphelela indlu yonke; ne-altare lonke elalisegumbini walinameka ngegolide.


Amasongo ayakuba ngasodinini, abe yizindawo zezinti zokuthwala itafula.


umshayo waphakathi ophakathi kwamapulangwe udabule, uze ufinyelele nxazombili.


“Wolimisa itabernakele njengesifanekiso salo owaboniswa sona entabeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ