Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kuyakuba ngamapulangwe ayisishiyagalombili nezinyawo zawo zesiliva, izinyawo eziyishumi nesithupha, izinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe nezinyawo ezimbili phansi kwelinye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Ngakho-ke kuyokuba namapulangwe ayisishiyagalombili anezisekelo zesiliva ezili-16, zibe mbili phansi kwepulangwe ngalinye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kuyakuba yizitayela eziyisishiyagalombili nezinyawo zazo zesiliva, izisekelo eziyishumi nesithupha; izinyawo ezimbili phansi kwepulangwe linye, nezinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:25
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenze izinyawo ezingamashumi amane esiliva phansi kwamapulangwe angamashumi amabili, izinyawo ezimbili phansi kwepulangwe linye, zibe ngezemisuka yalo yomibili, nezinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe, zibe ngezemisuka yalo yomibili,


aphindwe kabili phansi, nakanjalo aphelele aze afike phezulu esongweni lokuqala, kube njalo kuwo omabili, abengawamagumbi omabili.


“Woyenza imishayo yomuthi womtholo, ibe yisihlanu, ibe ngeyamapulangwe akolunye uhlangothi lwetabernakele,


Kwakungamapulangwe ayisishiyagalombili nezinyawo zawo zesiliva, izinyawo eziyishumi nesithupha, izinyawo ezimbili phansi kwalelo nalelo pulangwe.


Amatalenta* ayikhulu esiliva ayengawokukhanda izinyawo zendlu engcwele, nezinyawo zesihenqo, izinyawo eziyikhulu ngamatalenta ayikhulu, italenta ngonyawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ