Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Akuthi yilelo nalelo pulangwe libe nemisuka emibili, omunye malungana nomunye; wenze njalo kuwo onke amapulangwe etabernakele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Yilelo nalelo pulangwe liyokuba nezikhonkwane ezimbili zokuwaxhumanisa; uyokwenza kanjalo kuwo wonke amapulangwe ethabanakeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Izikhonkwane ezimbili mazibekwe endleleni eyodwa, zihlelwe esinye nesinye; uyakwenze njalo kuzo zonke izitayela zetabernakele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:17
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ubude bamapulangwe bube yizingalo eziyishumi, ububanzi bawo bube yingalo nenxenye.


Wenze amapulangwe etabernakele, amapulangwe angamashumi amabili ohlangothini lwaseningizimu, olubheka ngaseningizimu.


Wenze izinyawo ezingamashumi amane esiliva phansi kwamapulangwe angamashumi amabili, izinyawo ezimbili phansi kwepulangwe linye, zibe ngezemisuka yalo yomibili, nezinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe, zibe ngezemisuka yalo yomibili,


Yilelo nalelo pulangwe lalinemisuka emibili, omunye malungana nomunye; wenze njalo kuwo onke amapulangwe etabernakele.


Wazenza izinyawo ezingamashumi amane zesiliva phansi kwamapulangwe angamashumi amabili, izinyawo ezimbili phansi kwepulangwe linye, ezemisuka yalo emibili, nezinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe, ezemisuka yalo emibili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ