Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ingalo ngalapha nengalo ngalapha kulokho okudluleleyo ebudeni bezilenge zetende azilenge emaceleni etabernakele ngalapha nangalapha ukulisibekela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Ikhubhithi kulolu hlangathi nekhubhithi ngakolunye kwalokho okuseleyo ebudeni bamakhubhithi ethende, kuyakulengiswa emaceleni ethabanakeli kulemboze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ingalo ngalapha nengalo ngalapha kokuseleyo kwezindwangu zetende, ilenga emaceleni etabernakele ngapha nangapha, ukuze lilisibekele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:13
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Okudluleleyo kwezilenge zetende, okuseleyo, inxenye yesilenge esiseleyo, kuyakulenga emva kwetabernakele.


Futhi uyakwenza isifulelo setende ngezikhumba ezibomvu zezinqama, nesifulelo sezikhumba zamatahasi* ngaphezulu.


Ubude besilenge sinye bube yizingalo ezingamashumi amabili nesishiyagalombili, ububanzi baso bube yizingalo ezine, zonke izilenge zilingane.


Ubude bezilenge bube yizingalo ezingamashumi amathathu, ububanzi bezilenge bube yizingalo ezine, lezi zilenge eziyishumi nanye zilingane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ