Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wenze izinkibaniso ezingamashumi ayisihlanu zethusi, uzifake izinkibaniso ezihibeni, uhlanganise itende, libe linye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Uyokwenza izinkintsho zethusi ezingama-50, ufake amahhuku ezinkintshweni, bese ulihlanganisa ndawonye ithende ukuze libe yinto eyodwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wenze izingwegwe ezingamashumi ayisihlanu zethusi, uzifake izingwegwe ezihibeni, uhlanganise itende libe linye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:11
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenze izihibe ezingamashumi ayisihlanu eceleni lesilenge esinye esokugcina sasekuhlanganeni, nezihibe ezingamashumi ayisihlanu eceleni lesilenge sokugcina ekuhlanganeni kwesibili.


Okudluleleyo kwezilenge zetende, okuseleyo, inxenye yesilenge esiseleyo, kuyakulenga emva kwetabernakele.


Izilenge eziyisihlanu ziyakuhlanganiswa esinye nesinye, nezinye izilenge eziyisihlanu zihlanganiswe esinye nesinye.


Wenze izinkibaniso ezingamashumi ayisihlanu zegolide, uhlanganise izilenge esinye nesinye ngezinkibaniso, itabernakele libe linye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ