Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 23:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 nomkhosi wokuvuna wolibo lwemisebenzi yakho oyihlwanyelayo ensimini, nomkhosi wokubutha ngasekupheleni komnyaka, lapho ubutha imisebenzi yakho ensimini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 “Uyogubha umkhosi wokuvuna wezithelo zokuqala zomsebenzi wakho owuhlwanyele ensimini. “Ugubhe umkhosi wokuqoqa konke okulime ensimini ekupheleni konyaka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Nomkhosi wokuvuna, ulibo lwezisebenzi zenu enizihlwanyele ezweni, nomkhosi wokubutha osekupheleni konyaka, lapho nibutha umshikashika wenu ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 23:16
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bagcina umkhosi wamadokodo njengokulotshiweyo, banikela ngeminikelo yokushiswa imihla ngemihla ngomumo njengokomthetho nanjengokwesiyalezo sezinsuku ngezinsuku,


“Awuyikuthuka uNkulunkulu, ungaqalekisi induna yabantu bakini.


“Awuyikulibala neminikelo yamabele neyewayini. Wonginika izibulo emadodaneni akho.


“Uyakugcina umkhosi wamasonto, owolibo lukakolweni ovuniweyo, nomkhosi wokuvuna ngasekupheleni komnyaka.


Dumisa uJehova ngempahla yakho, nangolibo lwazo zonke izithelo zakho,


“ ‘Ngenyanga yesikhombisa ngolokuqala lwenyanga niyakuba nomhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi; kulusuku lokubetha amacilongo kini.


Kwase kusondele umkhosi wabaJuda, owamadokodo.


Kepha ngosuku lokugcina olukhulu lomkhosi uJesu wema wamemeza wathi: “Uma ekhona owomileyo, akeze kimi, aphuze.


Kwathi sekufikile usuku lwePhentekoste, bonke babebuthene ndawonye.


uthathe ulibo lwezithelo zonke zomhlaba olubuthayo ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, ulufake eqomeni, uye endaweni uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba igama lakhe lihlale kuyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ