Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 20:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Awuyikukhwela e-altare lami ngezikhwelo, funa kwambulwe ubunqunu bakho.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Awuyukwenyukela e-althare lami ngezitebhisi, funa kwambulwe ubunqunu bakho.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ungenyukeli futhi izitebhisi ukuya e-altare lami, ukuze ubuze bakho bungabonakali kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 20:26
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu uyesabeka kakhulu emhlanganweni wabangcwele; umelwe ukuhlonishwa yibo bonke abangakuye.


“Ubenzele namabhulukwe elineni ukuba kusitshekelwe inyama yobunqunu babo, aqale okhalweni, afike emathangeni;


u-Aroni namadodana akhe bawafake, nxa bengena etendeni lokuhlangana, nanxa besondela e-altare ukuyokhonza endaweni engcwele, ukuba bangathwali ububi, bafe; kuyakuba yisimiso kuye nakuyo inzalo yakhe emva kwakhe kuze kube phakade.


Gcina unyawo lwakho, lapho uya endlini kaNkulunkulu, ngokuba ukusondela ukuyokuzwa kungcono kunokunikela ngomhlatshelo weziwula, ngokuba azazi ukuthi zenza okubi.


Unqenqema, ubude balo, babuyizingalo eziyishumi nane, ububanzi balo bungeziyishumi nane ezinhlangothini zalo zozine; umncele nxazonke kwalo wawuyinxenye yengalo; isinqe salo sasiyingalo nxazonke, izinyathelo zalo zibheke ngasempumalanga.”


UMose wayesethi ku-Aroni: “Yikho uJehova akukhuluma, ethi: “ ‘Kubo abaseduze nami ngiyakungcweliswa, phambi kwabantu bonke ngiyakukhazimuliswa.’ ” U-Aroni wathula.


ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Manibe ngcwele, ngokuba mina ngingcwele.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ