Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 2:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Udadewabo wayesethi kuyo indodakazi kaFaro: “Ngihambe ngikubizele umzanyana kuwo amaHeberu ukuba akuncelisele ingane na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Udadewabo wathi endodakazini kaFaro: “Ngihambe yini ngiyokulandela umzanyana kwabesifazane bamaHebheru ukuba akuncelisele yona na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wayesethi udadewabo endodakazini kaFaro: “Ngihambe ngikubizele umzanyana phakathi kwabesifazane bamaHebheru ukuba akuncelisele umntwana na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 2:7
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma emva kwakhe bephethe izigubhu, besina.


Udadewabo wayemi kudana, ukuze azi ukuthi kuyakwenziwani kuye.


Yalivula, yabona umntwana; bheka, kwakungumfana; wakhala. Yamhawukela, yathi: “Lona ungowabantwana bamaHeberu.”


Indodakazi kaFaro yathi kuye: “Hamba.” Yasuka intombazana, yabiza unina wengane.


OMiriyamu no-Aroni bakhuluma bemelene noMose ngenxa yowesifazane wakwaKushe amthathile; ngokube wayethathile owesifazane wakwaKushe.


Igama lomka-Amramu lalinguJokebedi indodakazi kaLevi, owazalelwa uLevi eGibithe; wazalela u-Amramu o-Aroni noMose noMiriyamu udadewabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ