UEksodusi 18:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 UMose wamvalelisa umukhwe wakhe; wasuka wabuyela ezweni lakubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202027 UMose wavalelisana nomukhwe wakhe, uJethro wahamba wabuyela ezweni lakubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202427 UMose wayesemukisa umukhwe wakhe; wasesiya elizweni lakibo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho umuntu esesukuma ukuba ahambe, yena nesancinza sakhe nenceku yakhe, umukhwe wakhe, uyise wentombi, wathi kuye: “Bheka, ilanga seliyathambama, sekuzakuhlwa; ake uhlale ubusuku bonke; yebo, ilanga seliyakuphela; hlala lapha ukuba inhliziyo yakho ithokoze, nivuke kusasa ekuseni kakhulu, nihambe indlela yenu ukuba ufike etendeni lakho.”