Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 16:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Anokubutha izinsuku eziyisithupha, kepha ngosuku lwesikhombisa kuyisabatha; akuyikubakho ngalo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Nizokubutha izinsuku eziyisithupha, kodwa kuthi ngolwesikhombisa oluyisabatha kungabi bikho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kumelwe ukubuthe izinsuku eziyisithupha; kodwa ngosuku lwesikhombisa, okuyisabatha, kakuyikuba njalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 16:26
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi uMose: “Yidlani lokhu namuhla, ngokuba namuhla kuyisabatha likaJehova; namuhla aniyikukuthola endle.


Kwathi ngosuku lwesikhombisa kwaphuma abanye abantu ukuba bakubuthe, kepha kabakutholanga.


“ ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Isango legceke elingaphakathi, elibheke ngasempumalanga liyakuvalwa izinsuku eziyisithupha zokusebenza, kepha ngosuku lwesabatha liyakuvulwa, livulwe futhi nangosuku lokwethwasa kwenyanga.


Umphathi wesinagoge,* ecunukile ngokuba uJesu ephulukisile ngesabatha, waphendula, wathi kuso isixuku: “Kukhona izinsuku eziyisithupha okufanele ukusetshenzwa ngazo; ngakho-ke anoza ngazo, niphulukiswe, kungabi ngosuku lwesabatha.”


Izinsuku eziyisithupha uyakusebenza, uwenze wonke umsebenzi wakho,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ