Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 16:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kwathi ngosuku lwesithupha babutha isinkwa esiphindwe kabili, amayomere* amabili kumuntu munye; zonke izinduna zomhlangano zafika, zamtshela uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Ngosuku lwesithupha babebutha ukudla okuphindwe kabili, ama-omeri amabili ngamunye. Bonke abaholi beza bambikela uMose,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngosuku lwesithupha babutha isinkwa esiphindwe kabili, amagomere amabili kumuntu munye; zonke izikhulu zenhlangano zeza zamtshela uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 16:22
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lokhu kuyikho uJehova ayalile ngakho ukuthi: ‘Kubutheni, kube yilowo nalowo njengokudla kwakhe; anothatha iyomere* ngomuntu ngokwenani labantu benu, yilowo nalowo abathathele abasetendeni lakhe.’ ”


Bakubutha ekuseni njalo imihla ngemihla, kwaba yilowo nalowo muntu njengokudla kwakhe; kepha nxa ilanga selibalele, kwancibilika.


Kuzakuthi ngosuku lwesithupha bakulungise abakungenisileyo; kuzakuba ngokuphindwe kabili kwalokhu abakubutha imihla ngemihla.”


UMose wayesebabiza; u-Aroni nazo zonke izinduna zenhlangano babuyela-ke kuye; uMose wayesekhuluma kubo.


Ngokuba uyijubili; uyakuba ngcwele kini, nidle izithelo zawo zasensimini.


Niyakulima ngomnyaka wesishiyagalombili, nidle izithelo zikanyasa; uze ufike umnyaka wesishiyagalolunye, kungene izithelo zawo, niyakudla unyasa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ