Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 15:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izintwa ziyabasibekela; bashona ezinzulwini njengetshe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Utwa lwabasibekela; bashona ezinzulwini njengetshe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Utwa lwabasibekela, bashona phansi njengetshe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 15:5
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wahlukanisa ulwandle phambi kwabo, badabula phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo; nababaxoshayo wabaphonsa otweni njengetshe emanzini anamandla.


Amanzi asibekela izitha zabo; akwasala noyedwa kubo.


Amanzi abuyela, asibekela izinqola, nabamahhashi, nayo yonke impi kaFaro eyangena elwandle emva kwazo; akwasala noyedwa kubo.


Waphephetha ngomoya wakho, ulwandle lwabasibekela; baminzisa okomthofu emanzini anamandla.


Bayehlelwa luvalo nokwesaba; ngokobukhulu bengalo yakho bathulisa okwetshe, baze bawele abantu bakho, Jehova, baze bawele abantu bakho obathengileyo.


Lungakabikho utwa ngazalwa, ingakabikho imithombo egcwele amanzi.


Ngesikhathi sokwaphulwa kwakho ngamanzi ekujuleni kolwandle impahla yakho naso sonke isixuku sakho kwawela phakathi kwakho.


wathi: “Ekuhluphekeni kwami ngakhala kuJehova, wangiphendula; ngisesiswini sendawo yabafileyo ngamemeza, wezwa izwi lami.


Uyakubuye asibekezelele, anyathele phansi ububi bethu; yebo, uyakuphonsa zonke izono zabo ekujuleni kolwandle.


Kodwa okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa yimi, kungcono kuye ukuba itshe lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, azikiswe ekujuleni kolwandle.


Ingelosi enamandla yafukula itshe linjengelokusila elikhulu, yaliphonsa elwandle, yathi: “Ngokunjalo iBabiloni umuzi omkhulu liyakuphonswa phansi ngamandla, lingabe lisafunyanwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ