Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 10:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Waphuma kuFaro, wamncenga uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Waphuma phambi kukaFaro, wakhuleka kuSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wasesuka kuFaro, wakhuleka eNkosini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 10:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wayesewuphendula umoya waba ngowasentshonalanga onamandla amakhulu; wona wasusa isikhonyane, wasilahla eLwandle Olubomvu; akwasala sikhonyane nesisodwa ezweni lonke laseGibithe.


OMose no-Aroni baphuma kuFaro; uMose wakhala kuJehova ngamasele ayewalethile kuFaro.


Khona uFaro wababiza oMose no-Aroni, wathi: “Ncengani uJehova ukuba asuse amasele kimi nakubantu bami; ngizakuvumela abantu ukuba bahambe, bahlabele uJehova.”


UMose wathi kuFaro: “Ziphakamise phezu kwami, usho ukuthi ngizakukuncengela ngasiphi isikhathi wena nezinceku zakho, nabantu bakho ukuba achithwe amasele kuwe nasezindlini zakho, asale emfuleni kuphela.”


Abantu base bekhala kuMose; uMose wakhuleka kuJehova, umlilo wabohla.


Kepha mina ngithi kini: Thandani izitha zenu, nibabusise abaniqalekisayo, nibaphathe kahle abanizondayo, nibakhulekele abanizingelayo


nibusise abaniqalekisayo, nibakhulekele abanidumazayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ