UDuteronomi 9:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE29 Nokho bangabantu bakho nefa lakho owalikhipha ngamandla akho amakhulu nangengalo yakho eyeluliweyo.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202029 “ ‘Bangabantu bakho nefa lakho owalikhipha ngamandla akho amakhulu nangengalo yakho eyeluliweyo.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202429 Kodwa bangabantu bakho nefa lakho, obakhiphile ngamandla akho amakhulu nangengalo yakho eyeluliweyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
UNkulunkulu wake walinga yini ukuhamba eyozithabathela isizwe phakathi kwesinye isizwe ngezilingo, nangezibonakaliso, nangezimangaliso, nangempi, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangengebhe enkulu njengakho konke uJehova uNkulunkulu wenu anenzela khona eGibithe phambi kwamehlo enu, na?