UDuteronomi 9:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 “Ngawela phansi phambi kukaJehova lezo zinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane engawa ngazo, ngokuba uJehova wayeshilo ukuthi uyakunibhubhisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202025 “Ngakhothama ngathi mbo ngobuso phambi kukaSimakade, izinsuku ezingama-40 nobusuku obungama-40, ngokuba uSimakade wayethe uzonibhubhisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202425 Ngase ngiwa phansi phambi kukaJehova izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane, lapho ngawa phansi ekuqaleni; ngokuba uJehova ushilo ukuthi uyakunibhubhisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |