Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 9:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngase ngibheka, ngabona ukuthi nanonile kuJehova; nanizenzele ithole elibunjiweyo; naniphambukile masinyane endleleni uJehova abeniyale ngayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Ngabona ukuthi nempela, nanonile kuSimakade uNkulunkulu wenu; nanizenzele ithole elibunjiweyo, naphambuka ngokushesha endleleni uSimakade ayeniyale ngayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngabona, bhekani, nonile kuJehova uNkulunkulu wenu, nazenzela ithole elibunjiweyo; naphambuka masinyane endleleni uJehova aniyale ngayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 9:16
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi esasondela ekamu,* wabona ithole nokusina; ulaka lukaMose lwase luvutha, wazilahla izibhebhe ezandleni zakhe, wazaphula phansi kwentaba.


Wawamukela ezandleni zabo, wawabumba ngengwedo, wawenza aba yithole elibunjiweyo, bathi: “Nampa onkulunkulu bakho, Israyeli, abakukhuphula ezweni laseGibithe.”


“Ngase ngiphenduka ngehla entabeni, intaba yavutha umlilo; izibhebhe zombili zesivumelwano zazisezandleni zami zombili.


Ngathatha-ke izibhebhe zombili, ngazilahla ezandleni zami zombili, ngazaphula phambi kwamehlo enu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ