UDuteronomi 6:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Aniyikulandela abanye onkulunkulu, onkulunkulu babantu abanizungezayo အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Aniyukulandela abanye onkulunkulu, onkulunkulu babantu abanizungezile အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Ningalandeli abanye onkulunkulu konkulunkulu bezizwe ezinizungezayo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Futhi ngithume kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngibathuma njalonjalo, ngokuthi: “Ake nibuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze imisebenzi yenu ibe mihle, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nibakhonze; khona niyakuhlala ezweni engilinike nina nawoyihlo.” Kepha anibekanga izindlebe zenu, aningizwanga.