UDuteronomi 4:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Kodwa nina enanamathela kuJehova uNkulunkulu wenu nisekhona nonke nanamuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20204 Kodwa nina enanamathela kuSimakade uNkulunkulu wenu, nisaphila nonke nanamuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20244 Kodwa nina enanamathela kuJehova uNkulunkulu wenu, yilowo nalowo kini niyaphila namuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi; bahlala kuzo, banikwa ukwahlulela; ngabona nemiphefumulo yababenqunywe amakhanda ngenxa yokufakaza ngoJesu nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nomfanekiso waso, nabangamukelanga uphawu lwesilo ebunzini labo nasesandleni sabo; baphila, babusa kanye noKristu iminyaka eyinkulungwane.