UDuteronomi 32:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 “Wamfumana ezweni eliyihlane, nasoqwatheni lomkhulungwane kwahlongasibi, wamzungeza, wamnakekela, wamgcina njengenhlamvu yeso lakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 “Wamthola ezweni eliyihlane, nasoqwathuleni lomkhulungwane kwahlongasibi, wamzungeza, wamnakekela, wamgcina njengenhlamvu yeso lakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 Wamfumana ezweni eliyihlane nasehlane eliklabalasayo; wamyisa nxazonke, wamyala, wamlondoloza njengenhlamvu yeso lakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |