Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 31:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 UMose wayesekhuluma ezindlebeni zebandla lonke lakwa-Israyeli amazwi ehubo lakhe, aze aphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 UMose wakhuluma wonke amazwi ehubo ibandla lonke lakwa-Israyeli lilalele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 UMose wawakhuluma amazwi ale ngoma ezindlebeni zayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli, yaze yaphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 31:30
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wakhuluma kuJehova amazwi aleli hubo mhla uJehova emophula esandleni sezitha zakhe zonke nasesandleni sikaSawule,


Ngokuba mina angikhulumanga ngokwami, kodwa uBaba ongithumileyo nguye onginike umyalo wokuba ngizakuthini, ngikhulumeni.


Ngokuba angigwemanga ukunitshela lonke icebo likaNkulunkulu.


UMose waya ukukhuluma lawa mazwi kubo bonke abakwa-Israyeli,


Ngokuba ngiyazi ukuthi emva kokufa kwami niyakona nokona, niphambuke endleleni enginiyale ngayo, ububi bunehlele ngezinsuku ezizayo, ngokuba niyakwenza okubi emehlweni kaJehova, nimthukuthelise ngemisebenzi yezandla zenu.”


“Bekani indlebe nina mazulu, ngiyakukhuluma; umhlaba mawuzwe amazwi omlomo wami.


UMose wafika wakhuluma onke amazwi aleli hubo ezindlebeni zabantu, yena noJoshuwa indodana kaNuni.


“Bhekani, nginifundisile izimiso nezahlulelo njengokungiyala kukaJehova uNkulunkulu wami ukuthi niyakwenza kanjalo phakathi kwezwe eningena kulo ukulidla.


owayethembeka kuyena owammisayo, njengoMose naye wayenjalo endlini yakhe yonke.


UMose kambe wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, kuze kube ngubufakazi balokho obekuzakukhulunywa,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ