Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 27:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UMose nabapristi bamaLevi bakhuluma kuwo wonke u-Israyeli, bathi: “Thula, ulalele, Israyeli: namuhla sewuyisizwe sikaJehova uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 UMose nabaphristi abangabaLevi bakhuluma kuyena wonke u-Israyeli, bathi: “Thula, ulalele, Israyeli: namuhla sewuyisizwe sikaSimakade uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UMose nabapristi bamaLevi bakhuluma ku-Israyeli wonke, bathi: “Qaphela, uzwe, Israyeli! namuhla usube yisizwe sikaJehova uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 27:9
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wazimisela ukuba abantu bakho u-Israyeli babe ngabantu bakho kuze kube phakade, wena Jehova ube nguNkulunkulu wabo.


Kepha manje, senikhululiwe esonweni naba ngabakhonza uNkulunkulu, ninazo izithelo zenu kube ngukungcweliswa nasekugcineni ukuphila okuphakade.


Ngalokho wolilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, wenze imiyalo yakhe nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla.”


Uyakuloba ematsheni onke amazwi alo mthetho, uwaqophisise kahle.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ