Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 27:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uyakumakhela khona uJehova uNkulunkulu wakho i-altare, i-altare lamatshe, ungawaphakamiseli into yensimbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Uyomakhela lapho uSimakade uNkulunkulu wakho i-althare, i-althare lamatshe, awuyukuwabaza ngento eyinsimbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uzakwakhela uJehova uNkulunkulu wakho i-altare lapho, i-altare lamatshe; ungaphakamiseli isikhali sensimbi phezu kwawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 27:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indlu isakhiwa yakhiwa ngamatshe alungiswa enkwalini; akuzwakalanga sando nazembe naphiki* nanto yensimbi, isakhiwa.


Uma ungenzela i-altare ngamatshe, awuyikulakha ngamatshe abaziweyo, ngokuba uma uphakamisela kulo ingwedo yakho, ulingcolisile.


UMose wabhala onke amazwi kaJehova, wavuka ekuseni ngakusasa, walakha i-altare phansi kwentaba, nezinsika eziyishumi nambili njengokwezizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli.


Uyakwakha i-altare likaJehova uNkulunkulu wakho ngamatshe apheleleyo, unikele kulo ngeminikelo yokushiswa kuJehova uNkulunkulu wakho,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ