Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 22:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 ungenzi lutho kuyo intombi, ngokuba asikho entombini isono esifanele ukufa, lokhu le ndaba injengokuba umuntu evukela umakhelwane wakhe, ambulale,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Ungayenzi lutho intombi, ngokuba ayinasono esifanele ukuba ife, lokhu leyo ndaba ifana nokuthi umuntu avukele umakhelwane wakhe, ambulale,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kodwa ungenzi lutho entombini; akukho sono entombini okufanele ukufa, ngokuba njengalapho indoda ivukela umakhelwane wayo, imbulale, injalo le ndaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 22:26
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Uma umuntu enzile isono esifanele ukufa, abulawe, umphanyeke emthini,


“Kepha uma indoda ifumana endle intombi eyingoduso, indoda iyiphoqe, ilale nayo, indoda ebilala nayo kuphela iyakufa,


ngokuba wayifumana isendle; noma intombi eyingoduso yakhala, akwabakho muntu wokuyisindisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ