UDuteronomi 15:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakukubusisa njengokukwethembisa kwakhe, utsheleke izizwe eziningi, kepha ungatsheleki lutho kuzo; uyakubusa izizwe eziningi, kepha zona aziyikukubusa wena. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 USimakade uNkulunkulu wenu uyonibusisa njengokwethembisa kwakhe, niyotsheleka izizwe eziningi, kodwa nina ningatsheleki lutho kuzo. Niyobusa izizwe eziningi, kepha zona aziyukunibusa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakukubusisa njengokukwethembisa kwakhe, uyakutsheleka izizwe eziningi, kepha wena ungatsheleki lutho kuzo; uyakubusa izizwe eziningi, kepha zona aziyikukubusa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |