Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 13:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Uma uyakuzwa ngomunye wemizi yakho uJehova uNkulunkulu wakho akupha wona ukuba wakhe kuwo, kuthiwa:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 “Uma uzwa kukhulunywa ngomunye wemizi yenu uSimakade uNkulunkulu wenu anipha wona ukuba nakhe kuwo, kuthiwa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma uzwa komunye wemizi yakini esho lokho uJehova uNkulunkulu wakho akunike khona ukuba uhlale khona, ngokuthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 13:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngiyakuqeda ukukhanuka ezweni, baxwayiswe bonke abesifazane ukuba bangenzi njengokukhanuka kwenu.


U-Israyeli wonke uyakuzwa, esabe, angabe esabenza ububi obunjalo njengalobo obuphakathi kwakho.


Abantu abathile abonakeleyo baphumile phakathi kwakho, bahlubukisile abomuzi wabo ngokuthi: ‘Masiye sikhonze abanye onkulunkulu eningabaziyo,’


Bonke abantu bayakuzwa, besabe, bangabe besenza ngokuziqhenya.


Abaseleyo bayakuzwa, besabe, bangabe besabenza ububi obunjalo phakathi kwakho.


Onke amadoda omuzi wakubo ayakumkhanda ngamatshe aze afe; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho, wonke u-Israyeli ezwe, esabe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ