Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 12:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Njengalokhu kudliwa insephe nendluzele, uyakukudla kanjalo; ongcolileyo nohlambulukileyo bayakudla ngokufananayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Njengalokhu nidla insephe nendluzele, niyakukudla kanjalo. Ongcolileyo nohlambulukileyo bayakudla ngokufanayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Njengalokhu kudliwa inyamazane nendluzele, niyakudla kanjalo; ongcolile nohlanzekile kumelwe badle kuwo ngokulinganayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 12:22
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma indawo uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba abeke kuyo igama lakhe ikude nawe, uyakuhlaba emhlambini wakho nasezimvini zakho akunike khona uJehova, njengalokho ngakuyala, udle phakathi kwamasango akho njengesifiso somphefumulo wakho.


Qaphela kuphela ukuba ungalidli igazi, ngokuba igazi lingumphefumulo; awuyikuwudla umphefumulo kanye nenyama.


nendluzele, nensephe, nenxala, nempala, nempalampala, newula, negogo.


Uyakulidla phakathi kwamasango akho, ongcolileyo nohlambulukileyo ngokufananayo, njengensephe nendluzele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ