Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 10:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 “Ngase ngenza-ke umphongolo womuthi womtholo, ngabaza izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala, ngakhuphukela entabeni nginezibhebhe zombili esandleni sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 “Ngase ngenza umphongolo ngomtholo, ngabaza izibhebhe ezimbili ngamatshe njengezakuqala, ngase ngikhuphukela entabeni ngiziphethe zombili izibhebhe esandleni sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngase ngenza umphongolo womuthi womtholo, ngabaza izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala, ngakhuphukela entabeni ngiphethe izibhebhe zombili esandleni sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 10:3
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Bayakuwenza umphongolo ngomuthi womtholo, ubude bawo bube yizingalo ezimbili nenxenye, ububanzi bawo bube yingalo nenxenye, nokuphakama kwawo kube yingalo nenxenye.


nezikhumba ezibomvu zezinqama, nezikhumba zamatahasi,* nemithi yomtholo,


Wayesebaza izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala; uMose wavuka ekuseni kakhulu, wakhuphukela entabeni yaseSinayi, njengalokho uJehova emyalile; waphatha ngesandla sakhe izibhebhe ezimbili zamatshe.


Wazenza izinti ngomuthi womtholo, wazinameka ngethusi.


“Ngaleso sikhathi uJehova wathi kimi: ‘Zibazele izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala, ukhuphukele kimi entabeni, uzenzele umphongolo womuthi.


eline-altare legolide lokuthunqisa nomphongolo wesivumelwano umboziwe ngegolide nxazonke, okwakukhona kuwo isitsha segolide esiphethe imana*, nenduku ka-Aroni eyahlumayo, nezibhebhe zesivumelwano;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ