Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 1:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 “Nase niphendula, nithi kimi: ‘Sonile kuJehova; siyakukhuphuka silwe njengakho konke asiyala ngakho uJehova uNkulunkulu wethu. Nabhincisa, kwaba yilowo nalowo izikhali zakhe zokulwa; kwase kuba lula kini ukuba nikhuphukele entabeni.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

41 “Naphendula, nathi kimi: ‘Sonile kuSimakade; siyakukhuphuka silwe njengakho konke asiyala ngakho uSimakade uNkulunkulu wethu.’ Nahloma, yilowo nalowo izikhali zakhe zokulwa; kwase kuba lula kini ukuba nikhuphukele kwelezintaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Nase niphendula, nathi kimi: ‘Sonile kuJehova; siyakukhuphuka silwe njengakho konke uJehova uNkulunkulu wethu asiyale ngakho. Lapho nibhincile, kwaba yilowo nalowo izikhali zakhe zempi, nalungela ukukhuphukela entabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 1:41
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma umuntu esukela umakhelwane wakhe, ambulale ngobuqili, womsusa nase-altare lami ukuba afe.


Ubuwula bomuntu buchitha indlela yakhe, kepha inhliziyo yakhe iyamthukuthelela uJehova.


Wathi uBileyamu kuyo ingelosi kaJehova: “Ngonile; ngokuba bengingazi ukuthi umi endleleni umelene nami; ngalokho uma kukubi emehlweni akho, ngiyakubuyela emuva.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ