Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 1:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Kepha nina anophenduka, nihambe, niye ehlane ngendlela eya eLwandle Olubomvu.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

40 Nina-ke jikani, niye ehlane ngendlela eya oLwandle Lomhlanga.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Kepha nina phendukani, ningene ehlane ngendlela yoLwandle Olubomvu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 1:40
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ama-Amaleki namaKhanani akhile esigodini; jikani kusasa, ningene ehlane ngasendleleni eya eLwandle Olubomvu.”


nowakwenzayo kuyo impi yaseGibithe, nakuwo amahhashi abo, nakuzo izinqola zabo, nokwenza kwakhe ukuba amanzi oLwandle Olubomvu abaminzise ekunixosheni kwabo, nokubabhubhisa kukaJehova kuze kube namuhla,


“Sase siphenduka sahamba, saya ehlane ngendlela eya eLwandle Olubomvu, njengalokho ebeshilo kimi uJehova. Sazungeza intaba yaseSeyiri izinsuku eziningi.


Ngokuba ekukhuphukeni kwabo eGibithe, u-Israyeli ehamba ehlane waze wafika eLwandle Olubomvu, wafika naseKadeshi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ