UDuteronomi 1:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE39 Abancane benu enasho ukuthi bayakuba yimpango, nabantwana benu abangakwazi namuhla okuhle nokubi bayakungena khona, ngibanike lona, balidle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202039 Izingane zenu, lezi ezingakwazi ukwehlukanisa okuhle nokubi, enathi zizoba yimpango, yizona eziyongena kulo, ngizolinika zona, zilidle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202439 Abancane benu enasho ukuthi bayakuba yimpango, nabantwana benu ababengakwazi ngalolo suku okuhle nokubi bayakungena khona, ngibanike lona, balidle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |