Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 1:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Nizithathele amadoda ahlakaniphileyo, aqondileyo, aziwayo ezizweni zenu, ngiwenze abe yizinhloko phezu kwenu.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Ziqokeleni amadoda ahlakaniphileyo, anokuqonda futhi aziwayo ezizweni zenu, ukuze ngiwenze izinduna zenu.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Zithatheleni amadoda ahlakaniphileyo, ahlakaniphileyo, aziwayo ezizweni zenu, ngiwabeke abe ngababusi phezu kwenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 1:13
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Manje uFaro makakhethe umuntu oqaphelayo ohlakaniphileyo, ambeke phezu kwezwe laseGibithe.


Futhi-ke wozifunela phakathi kwabantu bonke amadoda anamandla amesabayo uNkulunkulu, amadoda athembekileyo, azonda inzuzo engalungile, uwabeke phezu kwabo, abe yizinduna zezinkulungwane, nezinduna zamakhulu, nezinduna zamashumi ayisihlanu, nezinduna zamashumi.


Mina ngedwa ngingathwala kanjani izinhlupheko zenu, nemithwalo yenu, nokuxabana kwenu na?


“Nangiphendula nathi: ‘Okukhulumileyo kuhle kithi ukukwenza.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ