UDaniyeli 7:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Iyakukhuluma amazwi ngoPhezukonke, ikhathaze abangcwele boPhezukonke; iyakuhlosa ukuguqula izikhathi nomthetho; bayakukhashelwa esandleni sayo kuze kube yisikhathi nezikhathi nenxenye yesikhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202025 Iyakukhuluma amazwi amelene noPhezukonke, ibakhathaze abangcwele bakhe; icabange ukuguqula izikhathi ezimisiweyo nomthetho. Bayakunikelwa esandleni sayo kuze kube yisikhathi, nezikhathi, nengxenye yesikhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202425 Futhi iyokhuluma amazwi amakhulu ngokumelene noPhezukonke futhi iqede abangcwele boPhezukonke futhi icabange ukuguqula izikhathi nemithetho, futhi kuyonikelwa esandleni sayo isikhathi nezikhathi nengxenye yesikhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngezwa umuntu owembethe ilineni, owayephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nenxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.