UDaniyeli 7:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 waze wafika omdala wezinsuku, abangcwele boPhezukonke banikwa ukwahlulelwa, kwafika isikhathi sokuba umbuso ube ngowabangcwele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202022 kwaze kwafika omdala wezinsuku, abangcwele boPhezukonke base bevunwa yisigwebo, kwafika isikhathi esinqunyiweyo sokuba umbuso ube ngowabangcwele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 kwaze kwafika oMdala wezinsuku, bahlulelwa abangcwele boPhezukonke; futhi safika isikhathi sokuthi abangcwele bathathe umbuso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi; bahlala kuzo, banikwa ukwahlulela; ngabona nemiphefumulo yababenqunywe amakhanda ngenxa yokufakaza ngoJesu nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nomfanekiso waso, nabangamukelanga uphawu lwesilo ebunzini labo nasesandleni sabo; baphila, babusa kanye noKristu iminyaka eyinkulungwane.