UDaniyeli 7:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Ngisabheka, lolo phondo lwalwa nabangcwele, lwabahlula, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202021 Kuthe ngisabuka, lolo phondo lwalwa nabangcwele, lwabehlula, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202421 Ngabona, lolu phondo lwalwa nabangcwele, lwabanqoba; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngezwa umuntu owembethe ilineni, owayephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nenxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.