Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDaniyeli 7:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “Ngase ngifuna ukwazi iqiniso ngesilo sesine esahlukile kuzo zonke zazo, esesabekayo kakhulu, esimazinyo aso ayeyinsimbi, nezinzipho zaso ziyithusi, esasidla, saphula, sanyathela okuseleyo ngezinyawo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 “Ngase ngifuna ukwazi iqiniso ngesilo sesine esehlukileyo kuzo zonke ezinye, esesabeka kakhulu, esimazinyo aso ayinsimbi, nezinzipho zaso zilithusi, esasidla, siphoqoze, sigxobe okuseleyo ngezinyawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Khona-ke ngangingathanda ukwazi iqiniso lesilo sesine, esasihlukile kuzo zonke ezinye, esesabekayo kakhulu, esimazinyo aso ayeyinsimbi nezinzipho zaso zethusi; owadla, waphahlaza, wanyathela insali ngezinyawo zakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDaniyeli 7:19
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nangezimpondo eziyishumi ezazisekhanda laso, nolunye olwavelayo, ezawa phambi kwalo ezintathu, lolo phondo olwalunamehlo nomlomo owawukhuluma izinto ezinkulu, olukubonakala kwalo kwakukukhulu kunezinye.


“Emva kwalokho ngabona emibonweni ebusuku; bheka, isilo sesine, esesabekayo, sinamandla, siqinile kakhulu; sasinamazinyo amakhulu ensimbi, sadla, saphula, sanyathela okuseleyo ngezinyawo zaso; sahlukile kuzo zonke izilo ezazingaphambi kwaso; sasinezimpondo eziyishumi.


“Ngabuka izimpondo; bheka, kwavela phakathi kwazo olunye uphondo, oluncane, okungaphambi kwalo ezintathu zezimpondo zokuqala zasimbulwa; futhi bheka, kulolo phondo kwakukhona amehlo anjengamehlo omuntu, nomlomo okhuluma izinto ezinkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ