UDaniyeli 6:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 UNkulunkulu uthumile ingelosi yakhe, wavimba imilomo yezingonyama, azingilimazanga, ngokuba kwafunyanwa kimi ukungabi nacala phambi kwakhe; naphambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202022 UNkulunkulu wami uthumele ingelosi yakhe, yavala imilomo yezingonyama, azingilimazanga, ngokuba kwatholakala ukuthi ngimsulwa phambi kwakhe; naphambi kwakho, nkosi, angikwenzanga okubi.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 UNkulunkulu wami uthumile ingelosi yakhe, yavala imilomo yamabhubesi, ukuze angangilimazanga, ngokuba kutholwe kimi ngingenacala phambi kwakhe; futhi phambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bonke abongameli bombuso, nababusi, nezikhulu, nabomkhandlu, nezinduna balulekene kanyekanye ukuba kumiswe isimiso senkosi, kumenyezelwe isiyalezo esiqinileyo sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo nakumuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingamashumi amathathu, kuphela kuwe nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama.