UDaniyeli 5:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE29 Khona uBelishasari wayaleza, bamembathisa uDaniyeli okububende, bafaka umgexo wegolide entanyeni yakhe, benza isimemezelo ngaye ukuthi ubeyakubusa engowesithathu embusweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202029 Khona lapho uBhelishazari wathi, mabembathise uDaniyeli okubukhwebezane, bafake umgexo wegolide entanyeni yakhe, bakhiphe isimemezelo ngaye sokuthi uyakubusa engowesithathu embusweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202429 Khona-ke uBelishasari wayala, futhi bagqokisa uDaniyeli okubomvu futhi bamfaka iketanga legolide entanyeni yakhe futhi bamemezela ngaye ukuthi uyakuba ngumbusi wesithathu embusweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |