UDaniyeli 4:33 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE33 Ngasona leso sikhathi le nto yagcwaliseka phezu kukaNebukadinesari: waxoshwa kubantu, wadliswa utshani njengezinkabi, umzimba wakhe wamanziswa ngamazolo ezulu, zaze zakhula izinwele zakhe njengezimpaphe zezinkozi nezinzipho zakhe njengamazipho ezinyoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202033 Ngaso leso sikhathi lokho kwagcwaliseka phezu kukaNebukhadinezari: waxoshwa kubantu, wadliswa utshani njengezinkabi, umzimba wakhe wamanziswa ngamazolo ezulu, zaze zakhula izinwele zakhe njengezimpaphe zezinkozi, nezinzipho zakhe njengamazipho ezinyoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202433 Ngalelo hora kwenzeka indaba ngoNebukadinesari, waxoshwa kubantu, wadla utshani njengezinkabi, nomzimba wakhe waba manzi ngamazolo ezulu, zaze zakhula izinwele zakhe njengezimpaphe zokhozi, nezinzipho zakhe njengezinyoni ’izidladla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |