Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDaniyeli 4:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Nokho shiya isiqu sezimpande zawo emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi, ohlazeni lwasendle, simanziswe ngamazolo ezulu, isabelo saso sibe nezilwane zasetshanini bomhlaba;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Nokho, ushiye isiqu sezimpande zaso emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi, otshanini basendle, simanziswe ngamazolo ezulu, isabelo saso sinesezilwane otshanini bomhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kodwa shiyani isiphunzi sezimpande zawo emhlabathini, nebhande lensimbi nelethusi, otshanini obuthambile basendle; futhi mayimanziswe ngamazolo ezulu, ibe ingxenye yezilwane etshanini bomhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDaniyeli 4:15
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Njengalokho inkosi yabona umlindi ongcwele ehla ezulwini, ethi: ‘Gawula umuthi, uwuchithe, kepha shiya isiqu sezimpande zawo emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi, ohlazeni lwasendle, simanziswe ngamazolo ezulu, isabelo saso sibe nezilwane zasendle, kuze kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwaso,’


Ngase ngibona iphupho, langethusa; imicabango embhedeni wami nemibono yekhanda lami yangesabisa.


Ngalokho ngakhipha isimemezelo sokuba kulethwe bonke abahlakaniphileyo baseBabele phambi kwami, ukuze bangazise incazelo yephupho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ