Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDaniyeli 3:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UNebukadinesari wathatha wathi kuwo: “Kungamabomu yini, Shadiraki, Meshaki, no-Abedi Nego ningakhonzi unkulunkulu wami, ningakhuleki esithombeni segolide engisimisileyo, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 UNebukhadinezari wathi kuwo: “Nenze ngamabomu yini, Shadirakhi, Meshakhi, no-Abhedi Nego ukuba ningabahloniphi onkulunkulu bami, ningakhuleki esithombeni segolide engisimisileyo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UNebukadinesari wakhuluma kubo, wathi: “Kuyiqiniso yini, Shadiraki, Meshaki, no-Abedi Nego, ukuthi anibakhonzi onkulunkulu bami, anikhuleki esithombeni segolide engisimisileyo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDaniyeli 3:14
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UBeli uyaguqa, uNebo uyakhothama; izithombe zabo zingezezilwane nezezinkomo; enibathweleyo bangumthwalo, banzima ezilwaneni eziyethileyo.


“Memezani phakathi kwezizwe, nikuzwakalise, nimise ibhanela,* nikuzwakalise, ningakufihli, nithi: ‘IBabele linqotshiwe, uBeli ujabhile, uMerodaki uphelile amandla; izithombe zalo zijabhile, imifanekiso yalo iphelile amandla.’


UNebukadinesari, inkosi, wenza isithombe segolide, ubude baso buyizingalo ezingamashumi ayisithupha, ububanzi baso buyizingalo eziyisithupha, wasibeka ethafeni laseDura esifundeni saseBabele.


Kodwa ngasekugcineni kwangena uDaniyeli phambi kwami ogama lakhe linguBeliteshasari njengegama likankulunkulu wami, okuye umoya wawonkulunkulu abangcwele; ngamtshela iphupho, ngathi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ