Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDaniyeli 11:43 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Iyakubusa phezu kwengcebo yegolide nesiliva, naphezu kwakho konke okuthandiweyo kwaseGibithe; amaLubi namaKushe ayakuba sezinyathelweni zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

43 Iyakubusa phezu kwengcebo yegolide nesiliva, naphezu kwakho konke okuthandekayo kwaseGibhithe; amaLubi namaKhushe ayakuba sezinyathelweni zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Kodwa iyoba namandla phezu kwengcebo yegolide nesiliva naphezu kwazo zonke izinto eziyigugu zaseGibhithe, futhi amaLibhiya namaKushe ayolandela ezinyathelweni zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDaniyeli 11:43
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

enezinqola eziyinkulungwane namakhulu amabili, nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha; abantu babengenakubalwa abaphuma naye eGibithe: ngamaLubi, namaSuki, namaKushe.


Zonke lezi zinceku zakho ziyakwehla, zifike kimi, zingikhothamele, zithi: ‘Phuma wena nabantu bonke abakulandelayo; emva kwalokho ngizakuphuma.’ ” Waphuma kuFaro evutha ulaka.


iPheresiya, neKushe, noPhuthi kukanye nabo, bonke benezihlangu nezigqoko zensimbi,


Iyakwelulela isandla emazweni, nezwe laseGibithe aliyikubaleka.


Iyakwethuswa yimibiko evela empumalanga nasenyakatho; iyakuphuma ngokufutheka okukhulu ukuchitha nokubhubhisa abaningi.


IKushe neGibithe kwakungamandla alo angenakuphela; uPhuthi namaLubi babe ngabasizi bakho.


UBaraki wabiza oZebuloni noNafetali ukuba beze eKedeshi; kwakhuphuka abantu abayizinkulungwane eziyishumi ezinyathelweni zakhe; naye uDebora wakhuphuka naye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ