Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Isimo sakho siyisundu, namabele akho omabili anjengamahlukuzo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Isiqu sakho sifana nesihlahla sesundu, namabele akho afana namahlukuzo alo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Isimo sakho sinjengesundu, namabele akho njengamahlukuzo ezithelo zomvini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:7
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Olungileyo uyahluma njengesundu, uyakhula njengomsedari* eLebanoni.


Othandiweyo wami ungumshuqulu wemure* kimi, olele phakathi kwamabele ami.


Bheka, umuhle, sithandwa sami! Bheka, umuhle! Unamehlo amajuba.


Amabele akho amabili anjengezixhumu ezimbili ezingamawele ensephe, ezidla phakathi kweminduze.


Amabele akho amabili anjengezixhumu ezimbili ezingamawele ensephe.


Ngathi: “Ngiyakukhwela esundwini, ngibambe amagatsha alo.” Amabele akho mawabe ngamahlukuzo omvini, nephunga lokuphefumula kwakho njengama-apula,*


Sinodadewethu omncane, kanawo amabele; siyakwenza njani ngodadewethu ecelwa na?


“Thokozani kanye neJerusalema, nilethabele nina nonke enilithandayo; jabulani ngenjabulo kanye nalo nina nonke enilililelayo,


Ungumsebenzi okhandiweyo, awukhulumi; uyathwalwa nokuthwalwa, ngokuba awuhambi. Ungawesabi, ngokuba awenzi okubi, nokuhle awunakukwenza.”


uKristu ahlale ezinhliziyweni zenu ngokukholwa, ukuze nigxile, nisekelwe othandweni,


size sifinyelele sonke ebunyeni bokukholwa nasekwazini iNdodana kaNkulunkulu, ebudodeni obupheleleyo, esilinganisweni sobukhulu sokugcwala kukaKristu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ