Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Izingalo zakhe ziyizindilinga zegolide, okufakwe kuzo amakrisolithe;* isidumbu sakhe sinjengokwenziwe ngophondo lwendlovu, sembesiwe ngamasafire.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Izingalo zakhe ziyizindilinga zegolide ezigcwaliswe ngamakhrisolithe. Umzimba wakhe ungathi wenziwe ngophondo lwendlovu, wembozwa ngamasafire.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Izandla zakhe zinjengamasongo egolide anombala omuhle, isisu sakhe sinjengophondo lwendlovu olukhazimulayo oluhuqwe ngamasafire.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:14
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kungelingane negolide lase-Ofiri, neshohamu* eliyigugu, nesafire.*


Amandla eNkosi athanda okulungileyo, umisile ubuqotho; ukwahlulela nokulunga ukwenzile kwaJakobe.


“Isandla sakho sokunene, Nkosi, sidumisekile ngamandla aso; esokunene sakho, Nkosi, siyaphahlaza isitha.


Bambona uNkulunkulu ka-Israyeli; phansi kwezinyawo zakhe kwakungathi kugandayiwe ngamatshe amasafire,* kungathi yizulu uqobo ngokucweba.


uhla lwesibili lube yisimaragidu,* nesafire,* nedayimani;*


uhla lwesine lube yikrisolithe,* neshohamu,* nejaspi;* azungezwe ngegolide ezisekelweni zawo.


uhla lwesine lwaba yikrisolithi,* neshohamu,* nejaspi;* ayezungeziwe yizisekelo zegolide lapho zifakwe khona.


Inkaba yakho ingumkhele oncweliweyo, ongasweli iwayini elixutshanisiweyo; isisu sakho siyinqwaba kakolweni, ibiyelwe ngeminduze.


Bheka, inceku yami iyakuphumelela kahle; iyakukhuliswa, iphakanyiswe, iphakame kakhulu.


“Wena ohluphekayo, ohlukunyeziwe ungaduduzwanga, bheka, ngiyakufaka amatshe akho abe mahle, ngizibeke izisekelo zakho ngamasafire.*


Umbuso uyakuba mkhulu, ukuthula kungabi nakuphela esihlalweni sobukhosi sikaDavide nasembusweni wakhe, ukuze uqiniswe, usekelwe ngokwahlulela nangokulunga, kusukela manje kuze kube phakade. Ukushisekela kukaJehova Sebawoti kuyakwenza lokhu.


Ukubonakala kwamasondo nokwenziwa kwawo kwakunjengekrisolithe,* nezimo zawo omane zaziyintonye. Ukubonakala kwawo nokwenziwa kwawo kwakunjengokuba kukhona isondo phakathi kwesondo.


Umzimba wakhe wawunjengekrisolithe,* nobuso bakhe bunjengokubonakala konyazi, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengokubengezela kwethusi eliphucuziweyo, nezwi lamazwi akhe linjengezwi lesixuku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ